πŸ’›

izithakazelo

Tag: thembekwayo

Izithakazelo zakwa Nyawuza Clan Names

Izithakazelo zakwa Nyawuza

Nyawuza, Faku ofakakayo ungathi uyifakile kanti uyikade eboyeni, Yindlana,Dakhile, Thahla kaNdayeni,
uHlamba ngobubende abanye behlamba ngamanzi, Ziqelekazi, Ngqungqushe, Mpondo kaNjanya kaSibiside!

Iziduko zako Nyawuza Clan Names

ufaku,
ungqungqushe,
unyawuza,
uthahle ka ndayeni,
ucitwayo,
ubhala,
ugangatha,
uciya,
ucabe,
uncidisa,
umsiza,
tobe,
ziqelekazi,
hlambangobubende,
santsabe,
mthwa,
sithula,
mpondo,
njanya,
sibiside !!!

Ukutshela kwezikaBhoqo – thola incazelo

Ukutshela kwezikaBhoqo

Ukutshela umuntu kungaba izindaba zakhe ungashiyi lutho, kungaba umtshela noma amaqiniso.

Umsuka…..ibhoqo umuthi wokuphalaza, uma uphalaze ngalo uzwa ngathi isisu asisenalutho ngaphakathi

Page 5 of 5

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén