- Mbuyisa,
- Sama,
- Nyathikazi,
- Nxoza buhlalu,
- Angiyithwali iNxoza yethusi iyedabuka,
- Nina sivimbi sama saka, namasakazane,
- Tshelani amadoda asuke phansi komthunzi wentaba, izingane ekhaya zafa ukuthuthumela.
- Mbuyisa!
Tag: thembeni
Nyathikazi Clan Praises :
Sikiza,xayiba,danda,ngoma,sogomondlovu.thina esinyathela ngemcondo abanye benyathela ngamabhoqo.nyanga bathi ifile kanti isemafini.sogomose kasogomondlovu.
Ukutshela kwezikaBhoqo
Ukutshela umuntu kungaba izindaba zakhe ungashiyi lutho, kungaba umtshela noma amaqiniso.
Umsuka…..ibhoqo umuthi wokuphalaza, uma uphalaze ngalo uzwa ngathi isisu asisenalutho ngaphakathi
izithakazelo zakwa Nyathikazi
Uma unolwazi ngezithakazelo zakwa Nyathikazi, zithumelae kule-email: bongsk7@gmail.com