πŸ’›

izithakazelo

Tag: themelis Page 1 of 3

THEMELIS Clan Names & Family History | Umlando

Themelis Clan Names, Meaning & History.

Themelis surname info is currently not listed.

If you know its Meaning, Clans or History, please add it by making a comment below.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

MDLADLA izithakazelo // Umlando & Origin

Izithakazelo zakwa Mdladla:

Mthiyane, Thumbela, Mongo kaSeyane,
Msuthu wasenhla wena owehla ngoMzungulu wasala wabola,
Gwazom’gwazayo qili eleqa Ombane,
Jozi, Dlovunga, Mpangazitha, Qodibe,
Muthwa, Nyamazane, Madela nina enehla ngesilulu enhla noThukela,
Sonkomose, Sogatsha, Thokozwayo, Shobalempisi, Magojolo, Ndabaο»Ώ !!

Admin notes: Abanye oMdladla bathakazelwa kanje: Mdladla, Mthembu waseqhudeni, madladla angadlilutho… (aziphelele lezi – uma uzazi zonke sicela uzifake ngokwenza i-khomenti ngezansi)

UMLANDO Wakwa MDLADLA:

OMdladla bavela enhla nezwe okungukuthi indabuko yabo eqondile yayikwelamatshathangubo kuBesuthu ezweni eselaziwa ngeLesotho manje, emva kweminyaka eyamakhulukhulu inkosi yamaNtungwa ibusa yase izuza noma yadla nesizwe esasigcwele bona oMdladla.

Ngoba ngokomlando siyathola ukuth bangamaNtungwa nguni okungukuthi bagcina bebuswa inkosi yakwamNtungwa,kuthe ubukhosi bamaNtungwa sebudliwa ubukhosi bakwaZulu base bengena ngaphansi bobukhosi obabuqinile ngalesoskhathi. Nalapho abazange bakhohlwe ukuthi babehamba nobukhosi bamaNtungwa,okwathi mhla iLembe selingaboni ngasolinye noKhumalo (Mzilikazi) abaningi babaleka naye belu uMzilikazi nakhona basatholakala kwelamaNdebele.

Khona balibamba iqhaza ezimpini ezaliwa kudala nasebukhosini bamaNguni,kwabasala kwase kuba ngokuzinza kwabo kwagcina kwelamaNguni kwagcina sekungena nezibongo ngokuhlobana kwazo.

Kuthe lapho inxuluma yendoda yakwaMdladla ichitheka ngenxa yobudala okwaholela ekthenini amakhosana akhe nawo ayezalwa kwezinye zezithembu aba nokungaboni ngasolinye okwaholela ektheni amanye abaleke ngoba abanye bagcina sebegongobale ngaphansi bobukhosi bakoNyuswa eNdwedwe,abanye basala ebukhosini bakaZulu,njalonjalo okungukuthi basabalala nezwe lonke nomlando wabo wabe usufiliphala ngenxa yokuba ngaphansi kobukhosi obuningi !

Popular people from Dladla last name

Johnny Dladla (Finance/Energy)
Former director at Eskom Group with 23 years experience, served as CEO of Eskom Enterprises. Also former director at BHP Billiton (SA) and its coal division BECSA. Holds BA Comm (Hons) and CM(SA). [Source: InsidEntity]
Govender, Patel and Dladla Inc. (Legal)
Law firm specializing in Commercial, Corporate, Insolvency, Business Rescue and Information, Communications and Technology Law. Based in Johannesburg. [Source: SlideShare]

Nyamazane Clan Names, Meaning, Origin & History

Izibongo zakwa Dube

  • Mbuyazi,
  • Lushozi,
  • Mafukuzela,
  • Nyamazane,
  • Nzwakele,
  • Mbuyisa,
  • Gobhozi,
  • Nyuswa,
  • Ngcobo,
  • Fuze,
  • Mapholoba,
  • Ama-Qadi

Popular people from Dube last name

Lucky Philip Dube (Music)
Legendary South African reggae musician (1964-2007). One of South Africa’s biggest-selling artists who recorded 22 albums in Zulu, English, and Afrikaans. His music addressed social issues and injustice. [citation:4]
John Langalibalele Dube (Politics/History)
Founding member and first President of the African National Congress (ANC) in 1912. Educator, journalist, and editor of Ilanga lase Natal newspaper. First principal of Ohlange Institute. [citation:4]
Glody Dube (Sports)
Botswana Olympic 800m runner who competed at the 2000 Sydney Olympics and 2004 Athens Olympics. Represented Botswana in international athletics competitions. [citation:4]

Royalty from Dube last name

Dube Clan (Royal Recognition)
The Dube clan is one of the royal families in northern KwaZulu-Natal whose traditional council receives mining royalties from Richards Bay Minerals. Alongside the Mkhwanazi, Mbonambi, and Sokhulu clans, the Dube royal family oversees community development funds from titanium mining operations on their ancestral lands.
Mthandeni Dube (Royal Pardon)
Former Ngwempisi MP in Eswatini who sought and received a royal pardon from King Mswati III. His case follows centuries-old tradition of seeking forgiveness from the monarch, similar to the Magagula clan who received pardon from King Mswati II around 1845 through the intercession of Prince Madzanga I.

Page 1 of 3

Β© 2026