Nxusa,
Mwelase,
Lwandle aluwelwa luwelwa izinkonjana zona ezibhabha emafwini !
Tag: thendesa
Ukutshela kwezikaBhoqo
Ukutshela umuntu kungaba izindaba zakhe ungashiyi lutho, kungaba umtshela noma amaqiniso.
Umsuka…..ibhoqo umuthi wokuphalaza, uma uphalaze ngalo uzwa ngathi isisu asisenalutho ngaphakathi