izithakazelo

Tag: towell Page 2 of 3

izithakazelo nemvelaphi yakwa Ngongoma

Ngcobo, Ngongoma, Dobeyane, Mashiza, Nophenge, Nogidela, Nozihamba, Njapha, Mbhoboza, Nombika, Fuze fulele, Mashiyamahle engathi azoshumayela.

Izithakazelo zakwa Ngongoma hhay kwaNgcobo

Izithakazelo zakwa Ngongoma
Ngongoma, Mashiza, Mavela nina enavela enkomeni abanye bevela emuntwini, Gasela ngokugasela umuzi wendoda, sibiya ngenkomo abafokazana bebiya ngamahlahla, Bhovungane, Siphandla kaMbozane kaDumezweni Dobeyane

Izibongo zakwa Ngcobo

  • Mapholoba,
  • Nyuswa,
  • Fuze,
  • Mavela,
  • Mafuzafulele njegefu lemvula,
  • Mashiyamahle sengathi azoshumayela,
  • Mavulankungu kuvelilanga,
  • Sididane,
  • Ngongoma,
  • Maqadi amakhulu,
  • Mbili

Izithakazelo zakwa Ngcobo Clan Names 

Izithakazelo zakwa Ngcobo 

  • Mapholoba,
  • Nyuswa,
  • Fuze, Mavela,
  • Mafuz’afulele njengefu lemvula, 
  • Mashiya amahle ngath azoshumayela,
  • Dambuza, Mthabathe,
  • Mabhala ngozipho abanye bebhala ngepensela,
  • Malal’efake umunwe endunu,
  • Avuke ekuseni awuncinde akhombe ilanga,
  • Mavulankungu kuvel’ilanga,
  • Sididane,
  • Ngongoma,
  • Maqadi amakhulu,
  • Mbili!

Page 2 of 3

© 2026