πŸ’›

izithakazelo

Tag: toyis Page 3 of 4

Izithakazelo zakwa Ngcongo Clan Names

Izithakazelo zakwa Ngcongo 😍 Ngcongo Clan Names
Dinisa
Makuku
Msana wenyama
Lwilili
Maphekwa netshe kuvuthwe
Kuvuthwe litshe kusale muno
Zakwa !

Izithakazelo Zakwa Ngcongo Clan Names Umlando

Ngcongo Surname info 😍 Iziduko
Phambuka,
Celeshe,
Nozisho,
Nongwadla,
Mkhonto Obkhali Obala Amazwana,
Wena owakhonjwa ngomunwe kungakayiwa enyangeni,
Mpunzi edla emini ezinye zidla ebusuku,
Maqhathula,
Wena wasekuseni, Mumbo omnyama abanye abambo bemhlophe,
Wena WaseMbo !

Izithakazelo zakwa Ngcongo Clan Names Umlando

Ngcongo!
Phambuka Mkhonto obukhali
Obalamazwane Celeshe Nozisho
Nongwadlal!.

Izithakazelo zakwa Ngcongo Clan Names

Ngcongo
Dinisa
Mageba
Khunjwa
Zibay’ezinkulu
Zakwa
Nobela
Phekwanetshe kwavuthwa lona
Kwasala umuntu ephila
Mdepha
Sigcawu kaManamathela
Gcolozela kaNanana

Page 3 of 4

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén