If you know its Meaning, Clans or History, please add it by making a comment below.
Tag: tsokodibane Page 1 of 7
If you know its Meaning, Clans or History, please add it by making a comment below.
Leave a Reply
If you know its Meaning, Clans or History, please add it by making a comment below.
Leave a Reply
Siwela! Siwela kaMabuya oweza embethe uGogwana, uNdlangamandla wase Mandleni owakhethwa eMadinsi, uMntungwa owaqubula amaNtungwa ka Vezi, uMntungwa oMbulazi, uMbulaz’omnyama, Saweliswa sathi khwakhwahla- khwakhwahla ngaphesheya koMkhuzu, Saweliswa nguMzilikazi ka Khumalo. Mzilikazi kaMashobane, Mashobane noGasa kaZikode, Zikode kaMkhatshwa. uKhumalo owa yengwa ngendaba. Wena owadl’izimf’ezimbili, ikhambi laphuma lilinye. uMabaso owabas’entabeni, kwadliwa ilanga lishona bantungw’abancwaba!
Nina bakwaMawela, Owawel’iZambezi ngezikhali. Mwelase omkhulu, uhlubi kanhlanzi, Ucimbinyamane,uNkabi’zindala zimazokololina elaphosu’mkhonto lawulandela, Sigidi sikaVezi, nkosi eguqa bathokoze abasemlethe.
Nina enal’ukudl’umlenze KwaBulawayo! Mantungwa aluhlaza! Mantungw’amahle! Bantwana benkosi, Nina bakwaNtokela! Ndabezitha! Maqhaw’amakhulu. Siwela ka Mabuya! uNdlangmandla wase Madinsi! uMntugwa ka Vezi, Mwelase!
Mbulazi! Khumalo! SIWELA !
Leave a Reply