πŸ’›

izithakazelo

Tag: vasassie Page 1 of 2

VASASSIE Clan Names & Family History | Umlando

Vasassie Clan Names, Meaning & History.

Vasassie surname info is currently not listed.

If you know its Meaning, Clans or History, please add it by making a comment below.

Izithakazelo Zakwa Mabhida Clan Names

Mabhida, Sgwaza, Julaza, Choko, Mabhala ngozipho abanye bebhala ngepensela, Dambuza, Mthakathi, Injulala eyadla amahleza asobindini….
thina endlin kamnqolo zikanje ngyazi abanye baba nokudideka ezithakazelwen zakwamabhida isikhathi esiningi kubizwa amakhehla ngokwezindlu ingakho ziba ngath zinokuhluka kodwa munye mabhida jikelele !!! πŸ™ŒπŸΎπŸ™ŒπŸΎπŸ™ŒπŸΎ

Izithakazelo Zakwa Mabhida Clan Names Umlando

Mabhida,
Sgwaza,
Julaza Kas’choko,
Umabhala ngozipho abanye bebhala ngepensela,
udambuza mthakathi, Injulala eyadla amahleza asobindini !

Izithakazelo zakwa Bophela 😍 Bophela Clan Names

Bophela: Hlomuka, NgidiBuleni Sgwaza, Nkomedl’abantu, Sgwaca esagwac’ethafeni, Mlomula!

Page 1 of 2

Β© 2026