πŸ’›

izithakazelo

Tag: vergados Page 4 of 5

Mntambo clan Names, Meaning, Origin & History

  • Mntambo
  • wazal’ u Ndadane
  • wazal’ u Gigaba
  • Mbonela
  • Mlondo
  • Yothi
  • Ndunu
  • Mavundla
  • Gwayiza
  • Bathakazele bathi
  • Mbabala yakhale hlangeni

Izithakazelo Zakwa Gigaba Clan Names

oGigaba, Mntambo, Mbonela, oMabalengwe wena owawabala emsileni waze wayowakhipha ekhanda, Nhlangothi! Gqamane kaGqoshe, nsika zimnyama ngokubanjelwa !

Mntambo Clan Names & History

Izithakazelo zakwaMntambo

Nhlangothi
S’hlahl’ekhulu
Cimbishe
Ntethe
Mlondo, Vezi
Nyong’eluhlaza enjengeyenyamazane,
Masilela, Jiyane,
Kweyama!
>> Lalela ngizihaya kamnandi izithakazelo zakwa Mntambo <<

Mntambo brief history

Amantambo azalwa ngqo KwaMashiya amahle, Phantsi kwendlu ka Manyaza ebukhosini bakwaMashiya! Kahle-kahle singabantwana begazi and sidinga wonke uMntambo kweli sikhulise umzi wakuthi kubuyele induku yobawomkulu kubanikazi.

More Mntambo clan names

Ndabandaba Clan Praises & History

Izithakazelo zakwa Ndabandaba

Khathide, Mphephethe, wena owadla umkadadewenu wathi akananyongo, akanamhlwehlwe. Mnyambo, amanyamba asezitheni aqalingene alingise insimu indonda ukumila. Mkhosana omncane ngokuzilamulela. UMnene ngimbonile ngimbonile ngamashoba okukhanya, Mnene dlana imfe mina ngidle ugaba.

Page 4 of 5

Β© 2026