πŸ’›

izithakazelo

Tag: vertuin Page 2 of 3

Izithakazelo zakwa Zungu Clan Names

Izithakazelo zakwa Zungu 😍 Zungu Clan Praises

  • Gwabini,
  • Manzini, Geda,
  • Ncwane, ngankomo yaseMahenyeni,
  • Nyama kayishi, isha ngababhebhezeli,
  • Wena owaphuma ngenoni emgodini,
  • Sengwayo!

>> Umlando wakwa Zungu <<

Zungu Clan Names & Surname History

Izithakazelo zakwaZungu zihamba kanje:

Gwabini,

Manzini, Geda,

Ncwane,

Ngankomo yaseMahenyeni,

Nyama kayishi, isha ngababhebhezeli,

Wena owaphuma ngenoni emgodini,

Sengwayo!

Ubude abuphangwa

Ubude abuphangwa

lokhu kusho ukuth uma uyingane ungajaheli izinto zabantu abadala.

Linda nawe iskhath sakho soze sifike…siyafana nalesi esith ungaphangi umdaka izulu lingakani

Mabika Clan Names & Surname Family History | Umlando

Mabika clan

Dinabantu,
Mazalankosi, lushingishing luza ngomoya,
Sengwayo,
Gabha limdudu ngasemabeleni ezimpunzi,
Hlabana bemgqiba bethi hhethi mngani

Abanye bazazi kanje:Β 

Mdunge, Chiliza, Shabalala, Zisuka zibekwa, Bhoyiya, Mdzakudza, Hlule hlophe, Wena owadunga amanzi baphuza abafokazana, Dunge elihle, dunge elimhlophe!

Page 2 of 3

Β© 2026