πŸ’›

izithakazelo

Tag: vikelahle Page 9 of 19

Izithakazelo zakwa Nxusa Clan Names

Nxusa, Mwelase wena ongaweli ngazibuko owela ngezimpambosi zomfula,
mlotshwa,
wena owalotshwa ezulwini abanye belotshwa emhlabeni,
Ging’ndlovu,
Mzawezulu !

Sinanatelo zama Dliwayo ? Dliwayo Clan Names

Sinanatelo zama Dliwayo, Dliwayo Clan Names
Dliwayo!
Mpila,
Mabawa,
Tsimbitsimbi,
Wena lowacela tikhali kubaTfombeni,
Mlotshwa!

Izithakazelo zakwa Nkabini Clan Names

Izithakazelo zakwa Nkabini, Nkabini Clan Names , Nkabini Clan Praises

Nkabini,
Mlotshwa,
Mzukwa,
Mcuse,
Macolocolo,
Juba elimpevu
Mzilanyama ongayidli iyama emnyama ngoba idliwa abalandwakazi
Zimeme kansimbini
Matshela ayitshele
Unodela ngoba eselibona eskigini ngelikanozitshe

Wibinda Nkabini ?? inkosi ayiqedwa

Izithakazelo zakwa Gcwabaza Clan Names

Gcwabaza Clan Names

Page 9 of 19

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén