If you know its Meaning, Clans or History, please add it by making a comment below.
Tag: voight
Voight Clan Names, Meaning & History.
Voight surname info is currently not listed.
Mkhize Clan Praises π Izithakazelo zakwa-Mkhize
- Gcwabe,
- Khabazela,kaMavovo kaZihlandla,
- Gubhela,
- Mumbo omhlophe,
- Wena waseMbo,
- Wena okhanya amasi esiswini,
- singela,
- Nhlama eyaphelel’ etsheni,
- Ngunezi,
- Mumbo ombulazi,
- Nina enadla umuntu nimyenga ngendaba,
- Sibi side esimajembelezana,
- Sibi side esimaphandla esaphandl’abeNguni bavungama,
- Nina bengwaz’ emabhudle,
- Eth’ isabhudla yabuye yaphinda yabhudla
- Malala amahle,
- Nin’ enalala nomunwe,
- Navuka nakhwif’ilanga.
- Nzalo kaSambela,
- Nina bakaSidaphudaphu ngokubadaphunela,
- Nzalo kaLuzalo!
Leave a Reply