πŸ’›

izithakazelo

Tag: wykes Page 1 of 2

WYKES Clan Names & Family History | Umlando

Clan Names, Meaning & History.

surname info is currently not listed.

If you know its Meaning, Clans or History, please add it by making a comment below.

Mhlamvu Clan Names & Family History | Umlando

Clan Names, Meaning & History.

surname info is currently not listed.

If you know its Meaning, Clans or History, please add it by making a comment below.

Izithakazelo zakwa Mhlamvu Clan Names Umlando

Mhlamvu Clan Names & brief history
Abakwa Mhlamvu kusengabakwa Goba,
Bayinzalo ka Mbambo futhi iningi labakwa Mhlamvu selizinze kulezindawo zakwaZulu Natal, Portshepstone, Ndwedwe, Harding nase Mzimkulu.

Izithakazelo zendlu yakwa Mhlamvu:
Goba,
Mageza ngobisi lwenhlunu zabafazi,
Lawu,
Xabanisa abanye bezama ukulungisa,
Hlavelihle lika mahlamvu!

Izithakazelo zakwa Mhlamvu Clan Names

Mhlamvu
Goba,
LawuXabanis’ Abantu Belungisa S’dunu seNsingizi Ntlenza,
Mtshali 
Lisela,
Hlabangane !
Gadenzima,
Khaladi elimhlophe !

Isizwe sakwaMhlamvu sitholakala e Harding nase Port Shepston. Bakhona abayidlanzana emalokishini ahlukene eThekwini ngase Mlazi nako Mashu nezinye izindawo.

Page 1 of 2

Β© 2026