πŸ’›

izithakazelo

Tag: wynn Page 5 of 7

Izithakazelo zakwa Gama Clan & History

Gama,
Mbhokane,
Mdluli ka Xaba,
Maphalala,
Mthulela,
Ngcangcanana,
Mpembe,
Shabangu,
Manyoni,
Mlangeni,
Mlotshwa,
Mphephethwa,
Vilakazi,
Cembe lihlaza njenge ncoshane !

Izithakazelo zakwa Mathanjana & Clan Names

Mathanjana,
Gama,
Ncabeko !

Izithakazelo zakwa Gama

Gama Surname | Umlando wakwaGama
Mbhokane ‼️
Mdluli owadiliza izindlovu wavuka wadlula nezinkomo zamanye amadoda
Maphalala njenge phoko
Manyoni wena ka Dingane
Mlangeni omuhle ngezindlebe zakhe
Shabangu ka Mbhele
Mbhele ohlaza njenge ncoshane
Ntuli
Nina base Lenge
Nina enathuthela eNhlambeni
Bathi uhleli nama bhele uyakhohlwa
Kamuzi ochithwayo ka Ntulize
Nina enifuze khabonina ngenilenze
Cembe lihlaza njenge ncoshane
Gama omnyama kwabaLuthuli
Mbhokane ‼️

Gama Maphalala Clan Names 😍 Izithakazelo

Izithakazelo zakwa Gama
Gama
Maphalala
Mdluli ohlata ka Xaba sidvaba selituli
Shabangu
Manyoni swela sa ka NaNkosi
Sdvubula dledle sithi sibapha sibe siba dlungulisa
Mlangeni omuhle ngeti dlebe takhe
Ngwane ka Sobhuza, Ngwane ka Somhlolo, Ngwane lomuhle sbili
Nina bek’nene

Page 5 of 7

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén