Izisho———-nezincazelo

1.ukupheka inyama ngomhluzi wenye—-ukuhlaba njalo

2.ukuncelisa umbele ofile—–ukukhohlisa

3.ukulala ngophondo——–ukuba sesimeni sokungakwazi ukuzisiza

4.ukuthwala——-ukuzazisa

5.ukuzizala——ukuzala ingane efana nawe.

6.ukulandela amabheka(izinkomo zamalobolo)——–ukufuza ekhabonina.

Ukuthwala ngeqoma

Ukuthwala ngeqoma Kusho ukuthembela entweni iqoma yinto eyakhiwa ngotshani obuqinile ukuze ikwazi ukuphatha okuthile, yakhiwe njengomphongolo.....isetshenziswa ukuphatha izipho intombi esuke Read more

Morajane Clan Names

Morajane Clan Praises, if you know Morajane clan names, please add them to this blog using this link