Gabuza,
Gumede onhlokonhle,
Qwabe, Mpangazitha,
Nonombela kaMafuya,
Nduna, Khondlo, Phakathwayo,
Vezi, Mnguni,
Mfumbathi wemvula, magaya isicaba sibe sinye,
Malandela ngokulandela izinkomo zamanye amadoda,
Nqenqema kanozitombo,
Shiyampahla ulandele intombi !
Leave a Reply