Abakwa Shezi ama Chube badabuka eNkandla, nazi izibongo zabo:
- Shezi
- Dlaba
- Shukulas
- Mnoniya
- Dludle
- Mchube
- Mlotshwa ka Lumbazo ka Zokufa
- Sigananda ophum’ eNkandla !
Ama-Qamu kwa Majozi kuthiwa bahlobene nabakwa Shezi.
Powered by WordPress & Theme by Anders Norén
Buhle Shezi
Ngaze ngawuthanda umlando wakithi siyabonga
Themba Thikane
Nam ndingu Tshezi apha e Mpuma Kapa(Eastern Cape),ndicela ukubuza uba ooNdela baphuma kubani apha kwaTshezi.
Phindi fatima Shezi
engikwaziyo nje ikuthi o shezi abahlekene ndawo ,as long as ebiza u shezi owakithi lowo muntu…noma.angasho isithakazelo engingasazi.
Khosy
Nashaya bo Shukulase kwathi cosololo.
Dlaba dlula ngikudla imihlambi yamadoda.
Sgananda!!!
Justice
Justice M Shezi
Siyabonga maChube amahle abangawazi bayodela
Lindani Shezi
Wow I’m perplexed angazi ukuth ngithini, very proud to be u Sgananda. Inkani saythenga nge Nkonyane wow!!!!! I can relate.
Khosy
Sanibona bo Sgananda.
nami ngiphosa elijikayo, nakhu engikwaziyo ngomlando wakithi,
ODlaba, Shukulase, Madondo, Ncuncu ephuza kwezinde iziziba ithi ingaphuza kwezimfushane inqundeke umlomo, Sgananda ka Zokufa, – yebo no Mlotswa ukhona ngike ngiwuzwe.
Impela ithina esasidume ngokwakha uMkhonto wamabutho ka Shaka sasinobucule sisondelene ne Nkosi u Shaka – mhlawumbe kuhle kesebheke ukwenza imbizo you Shukulase ukuze sicobelelane ulwazi.
Nime njalo bo Shukulase.
Nobukhosi G Shezi – 0786519733
TrackerTrace
i am proud of being called a sgananda because many of us are matured unlike others not that i am insulting other surnames but i like it when i am a sgananda ophuma enkandla
B.U
Thanks,Now I know ngizos’biza kanjan isthandwa sami,owaka Shezi naye.
Thokozile
Machube mahle nasho kwathi.cosololo lapha esbongweni sakithi bengiye ngizwe.kungena oma Dondo.noSokhela.ngabe bukhona ubuhlobo kule bongo.asicobelelane.SGANANDA!!!
kwanda lungelo shezi mreeeeeezy
mina ngukwanda ushezi dlaba sgananda phumenkandla msongiwentsimbi slumbamanzi aphenduke utahwala shukulas dludle wena owadla izinkomo zamandebele mlotshwa khamanzi ngokudabuka ngidabuka kwaswayimane kamaphumulo estezi kashezi kadlaba kamagalela ,kushominake manje untimbi zyomjeqeza zimbukaphansi naphezulu ukudlakwezinja ujukela umnganwakhe usphongo senswebu yesoka buyelenkandla
Sihle Shezi
Sihle Shezi nami angbazi oMlotshwa noKhambule ngizazi kanje Shezi shuk’lase dlaba dludla sgananda owaphuma eNkandla owadla imihlambi yezinkomo zamandebele owakhishwa ngenoni ehlathi,wadunga amanzi aphenduka ab’ utshwala bakaZokufa wakwaMchube… ngiseUnderberg is’godi eNkothweni
Thabani shezi
Angeke nje ngigcine ngiwumzukulu wami
Nobuhle Shezi
Thats all???
Kanti ukuthi sathenga inkani ngesthole senkomo kuqhamukaphi?
Siyacela bandla abanonye ulwazi basiphe ngoba angigculisekile ngalezi.
Ouzy
Eish
Nami ngiyajabula ukwazi imvelaphi yami ngabakwa-Mlotshwa . Yizithakazelo zakithi ngempela lezi .
Lindokuhle
o Mlotshwa khambule bangena kanjan ko Shezi??
Nosipho Shezi
yazi sengazi izinto ebengingazazi zakwaShezi.Izithalazelo engiqalayo ukuzizwa#proud of being a shezi#
sicelo
But why uma ubheka abakwa Shezi,Mlotshwa,Khambule,Mcube zonke lezibongo ziphethe umlando owodwa ngendlela okubhalwengayo labephuma khona kungani
muziwandile shezi
Kuhle enikwenzayo mashezi nisicabela ngolwazi lwenu oluncane ukuze abanalo olungconyana balungize noma bandise kulo
lungisani
Ngyathokoz corz bengizaz kancan izithakazelo zakith kwa Shezi
Muzomuhle
Abhalwa AmaShezi kwasengathi bekubhala izingane zibizelwa isibizelo!!! Bengisanda ukufunda ezakoMacingwane waseNgonyameni, O Jama kaSilwane, zibhalwe zalandwa kahle namaKhosi wabo ngokuzalwana kwawo kodwa thina maShezi, isibongo okuyisona sodwa vo esisukunyelwa uNdabezitha oqhoqhobele isizwe samaZulu iminyaka engaphezulu kwamashumi amane, uMdlokombane vuka udle amadoda, uNomthebe uZwelithini goodwill kaBhekuzulu, bhalwe sengathi kubalwa amazinyane izimbuzi esibayeni thizeni? Uma niqala lento enomqondo omuhle kangaka bese seniyilahla ngasesiphethweni sayo lapho senithatha ulwazi olungaphelele noma okungayilo, kuwukubulala isizwe nesizukulwane samanje nesizayo njengoba sesithembela kubo ubuchwepheshe lobu nezinkundla zokuxhumana ukuthola noma ukwabelana ngobuchule noma ubuhlakani. Ngineminyaka engamashumi amabili nesikhombisa ngazalelwa eSoweto esibhedlela sase Baragwanath ngonyaka ka 1987 ngakhulela eGoli impilo yami yonke kodwa IsiZulu ngisikhulumisa okomuntu okhululele emakhaya ngokuzimisela nje nenselelo engazinika yona siqu. Ngiyisizukulwane sasebukhosini samaShezi eNkandla eMaChubeni Ofeni isigosi, angikhumbuli kufika abenzo bezofunisela ngesizwe samaShezi. Ngiyacela ukuthi xhumanani namaShezi noma nobuKhosi baseMaChubeni ukuze nisilandise ngokuyikho.
Mbathastan
Muzomuhle
Siyabadinga abantu abathi banolwazi onjengawe ukuthi balukhiphe lolulwazi lubhalwe phansi ukuze isizwe sifunde futhi singalahleki.
Lapha sibhale esikunikwa ngabanikazi besibongo. Uma wena unolwazi oluthe xaxa cobelela abanye ungalugodli futhi ungagxeki kodwa usize ukwakha.
Kulula kakhulu ukugxeka abazamayo wena ube intensity lutho ngikwazi onalo.
Sesilindele ulwazi oluvela kuwe kodwa uma ungenalo uzithulele wena we Silo.
Mondle ka Shandu.
Sicelo
I’m puzzeled with these writings especialy when it count this surname of Mlotshwa,Khambule cause when I read my history it does not give out much detail on how they get to be related to Ncube,and if it is said “bankabanye nabasema Ncubeni that does not mean they are Ncube’s “now why is it said that all the above mentioned surname are “Mazilankatha” yes may have been staying with the ncube people who are mzilankatha but that does not mean they were also mzilankatha people.
Muzomuhle
Ubukhosi busuka ku Mchube kuyofika kuNomthebe Inkosi uBhekisabelo ophethe njengamanje, Inkosi yesi 15 ukusuka ku Mchube.
1. UMchube wayenamadodana amane (4)
a. Majozi
b. Nala
c. Mnomiya
d. Shezi – Okunguyena owathatha ubukhosi emva kokukhothama kweNkosi uMchube ngezizathu ezihlukene.
2.uShezi wazala u Mavulane owavula iNkandla ivaliwe.
3. uMavulane wazala u Mlotshwa
4. uMlotshwa wazala u Madonda
5. uMadonda wazala u SoShukulase
6. uSoshukulase wazala u Mvovo
7. uMvovo wazala u
a) Dlaba, ( owathatha ubukhosi)
b) Msholoza no
c) Somuncu
8 uDlaba wazala uMvakela
9.uMvakela wazala u
a) Zokufa no (owathatha ubukhosi)
b) Dulazana (owathuthela e Eastern Cape eyolwa nama Mpondo wafika wawanqoba wangabe esabuyela eNkandla wakha khona wase ezala u Jalamba)
10.uZokufa wazala u Sgananda
11. uSgananda wazala uNdabaningi lo owafela e St Helena esiqhingini
12.uNdabaningi wazala u Mdedane
13. uMdedane wazala uMphini
14.uMphini wazala uVus’muzi
15. uVus’muzi wazala u Bhekisabelo
16. uBhekisabelo uyeke ophethe ubukhosi bamaChube.
NB: Isizathu esenza kugqame uSgananda uyena owalwa izimpi eziningi ezibe nomlando ebukhosini BamaChube.
Zandile
Hy unjani ngicela u sizo uMkhabela ungena kanjani nko Tshezi ubuye usebenziswe o Dlomo ngab bahlobena. Kusho ukuthi o Tshezi bahloben no Dlomo
Sicelo
I’m puzzeled with these writings especialy when it count this surname of Mlotshwa,Khambule cause when I read my history it does not give out much detail on how they get to be related to Ncube,and if it is said “bankabanye nabasema Ncubeni that does not mean they are Ncube’s “now why is it said that all the above mentioned surname are “Mazilankatha” yes may have been staying with the ncube people who are mzilankatha but that does not mean they were also mzilankatha people.
Siya
Shezi’s are not Ncube’s bt Chube’s
Phindile
Nami nginguShezi ngifuna ukwazi ngoNozinyoni Shezi
Celiwe Beauty Shezi
Nami ngingu Shezi bengingazi ngezithakazelo zakwaShezi
tonono
Washaya Chube phela thina sinomlando, e Nkandla futhi yithi esakhela u Shaka umkhonto, Dlaba buzani bakwethu nathi sinama Khosi
sya
I’m glad sengyazaz izithakazelo zakith kwa Shezi