Izithakazelo zakwaGasa
Msomi,
Gasa, Meyiwa,
Thabela, Vezi,
Nophacwa,
Wena owaphica umfazi kwasa ekuseni kwazekwa indaba,
Onondabula zixuku zakoNdwandwe,
Wena owehla ngomzungulu wasala wabola,
Mndayi!
Izithakazelo zakwaGasa with English translation:
Msomi,
(Msomi).
Gasa, Meyiwa,
(Gasa, Meyiwa).
Thabela, Vezi,
(Thabela, Vezi).
Nophacwa,
(Nophacwa).
Wena owaphica Umfazi kwasa ekuseni kwazekwa indaba,
(You who questioned the woman in the morning until the matter became known/clear).
Onondabula zixuku zakoNdwandwe,
(The one who cuts through/crushes the regiments of Ndwandwe).
Wena owehla ngomzungulu wasala wabola,
(You who descended with the climbing flat bean (a tree) and rotted).
Mndayi!
(Mndayi).
Abanye bazithakazelo kanje:
More about Gasa
Educational videos
π SEARCH π+ ADD CLAN NAMESβΆ UTube Channel