Izithakazello zakwa Mbuli

Mbuli Gutshwayo Nongombili
Wena owashaya umzila nje ngenkosi
Wena owavuthwela ngaphakathi njenge luhwabha
Wena ongagwazi ngemkhonto ugwaza ngemhlubulo
Wena ongavali ngamvalo uvala ngamakhanda amadoda
Lindisa wena wamagwatha


More information is available on our YouTube channel