Myaka!
Gumede !
Mazwane !
Chib’kalishi lisha ngoba seliphuzwe zindlovu nabantwana bazo!
Shidelimhlophe Elingangcoli !
Mthanti kaMdonsela
Omabhala ngonzipho abanye bebhala ngamapensela !
Wena ka Gubhokhulu!
Qwabe!
Ngonyama !