Phumifa
Nhliziyongise Nolaka
Nzondo
Sikhwili siphambana nobhoko ngokwehlulwa mithetho kanyoko
Wena odle ngokulalela indaba ungasho lutho !!
Educational videos
🔍 SEARCH 🔍+ ADD CLAN NAMES▶ UTube Channel
Phumifa
Nhliziyongise Nolaka
Nzondo
Sikhwili siphambana nobhoko ngokwehlulwa mithetho kanyoko
Wena odle ngokulalela indaba ungasho lutho !!
Educational videos
Uphumifa uzala u NHLIZIYONGISE, Nzondo kanye no Nolaka.abantu bakwa phumifa abantu abangandile kakhulu.uphumifa kwakumfana owaye hlala ngokungazwani nabafowakhe,uma uphumifa uke wam xoxela indaba wayengeke akuphendule nixoxisane nibe nemibono enkulumuweni yenu,ingakho kwaze kwathi ”wena odle ngokulalela indaba ungasho lutho ” uphumifa kwakumhlula ukuhambiselana nemithetho yabazali bakhe uma beke basho umthetho othize wayevele angakwenzi lokho noma akwenze sekuthanda yena,ngakho kwathiwa kuye ”skhwili siphambana nobhoko ngokwehlulwa mithetho ka nyoko ”waphuma wayo funa inxiwa lakhe ze abe nefa lakhe kanye namadodana akhe amathathu.