Phumifa Clan Names

Phumifa 
Nhliziyongise Nolaka 
Nzondo 
Sikhwili siphambana nobhoko ngokwehlulwa mithetho kanyoko 
Wena odle ngokulalela indaba ungasho lutho !! 

More about Phumifa

Educational videos


🔍 SEARCH 🔍+ ADD CLAN NAMES▶ UTube Channel

1 thought on “Phumifa Clan Names”

  1. Uphumifa uzala u NHLIZIYONGISE, Nzondo kanye no Nolaka.abantu bakwa phumifa abantu abangandile kakhulu.uphumifa kwakumfana owaye hlala ngokungazwani nabafowakhe,uma uphumifa uke wam xoxela indaba wayengeke akuphendule nixoxisane nibe nemibono enkulumuweni yenu,ingakho kwaze kwathi ”wena odle ngokulalela indaba ungasho lutho ” uphumifa kwakumhlula ukuhambiselana nemithetho yabazali bakhe uma beke basho umthetho othize wayevele angakwenzi lokho noma akwenze sekuthanda yena,ngakho kwathiwa kuye ”skhwili siphambana nobhoko ngokwehlulwa mithetho ka nyoko ”waphuma wayo funa inxiwa lakhe ze abe nefa lakhe kanye namadodana akhe amathathu.

    Reply

Leave a Comment