Want more info? Watch on YouTube
Izithakazelo zakwa-Xulu
Makhathini,
Gxabhashe,
Donda wasEnkweleni,
Khuhla phansi njenge khowandlovu,
Ntulikabongwa ubonga yena uzona umlomo,
Wena owashaya phansi kwavela abantu nezinkomo,
Sonkophe,
Sombizi!
Samukelisiwe
Xulu
Gxabhashe, makhathi
Donda wasenkweleni, owaphuhla phansi njengekhowandlovu
Ntulikawbongwa obonga wena uzona umlomo,
Lwandle kawuwelwa uwelwa zinkonjane zon’ ezindizela phezulu!!
Sonkophe
Sombizi
Snokwanda x
Xulu,makhathini, khuhla phansi njenge khowa ndlovu ,donda ,ntulikabonga ,obonga wena uzona umlomo,maGxabhashe,wena owashya phansi kwa vela abantu nezinkomo