Mbeko,
Nkuyane,
Mbekelele,
Shuluta kaMbhunca,
Nina bagiya ngedebe enhlekweni,
Nina bakwa Matiwane,
Maxayingane,
Nina bakayiNtuli kalehle,
Nina bakwa Sibubulungu,
eSibubulungu eBhiyafu,
Nina bakhahlele mbila kudl’abantwana bathi bobe wedani lomunwa,
Nina enaphatha ubukhosi baseMathulini !!
Educational videos
🔍 SEARCH 🔍+ ADD CLAN NAMES▶ UTube Channel
Mbeko,Nkuyane, Mbekelele, Shuluta kaMbhunca,nina bagiya ngedebe enhlekweni, nina bakwa Matiwane, Maxayingane, nina bakayiNtuli kalehle, nina bakwa Sibubulungu, eSibubulungu eBhiyafu, Nina bakhahlele mbila kudl’abantwana bathi bobe wedani lomunwa, nina enaphatha ubukhosi baseMathulini.