Mbeko Clan Names

Mbeko,
Nkuyane,
Mbekelele,
Shuluta kaMbhunca,
Nina bagiya ngedebe enhlekweni,
Nina bakwa Matiwane,
Maxayingane,
Nina bakayiNtuli kalehle,
Nina bakwa Sibubulungu,
eSibubulungu eBhiyafu,
Nina bakhahlele mbila kudl’abantwana bathi bobe wedani lomunwa,
Nina enaphatha ubukhosi baseMathulini !!

More about Mbeko

Educational videos


🔍 SEARCH 🔍+ ADD CLAN NAMES▶ UTube Channel

1 thought on “Mbeko Clan Names”

  1. Mbeko,Nkuyane, Mbekelele, Shuluta kaMbhunca,nina bagiya ngedebe enhlekweni, nina bakwa Matiwane, Maxayingane, nina bakayiNtuli kalehle, nina bakwa Sibubulungu, eSibubulungu eBhiyafu, Nina bakhahlele mbila kudl’abantwana bathi bobe wedani lomunwa, nina enaphatha ubukhosi baseMathulini.

    Reply

Leave a Comment