Izithakazelo zakwa Mnomiya Clan Names By Vusi On In Izithakazelo Ginininda, Ngwadi, S’danane esidina uMajola ngokugijima ! Share this post π’FacebookWhatsAppTwitterMoreLinkedInRedditTumblrPinterestTelegram Related posts + ADD CLAN NAMES π SEARCH π π¬ YouTube channel IzithakazeloMnomiyaMnomiya-Clan Previous Thola izikibha ezinezibongo zakho Next I need Tsela Mambane praise 2 Comments Add Comment → Thulani Mnomiya, kaZungeza, kaSibongo, kaNdluzele. Ake silungise lapha! OMnomiya yize behlobene noShezi kodwa abathakazelani ngokufanayo noShezi. Lento ifana nokuthi umfowethu owakithi, kodwa mina angisiyena umfowethu, naye akamina. OMnomiya, ikakhulukazi laba baseNkandla noma abasuka eNkandla, oGininda, Mehl’ayizitha, Ngwadi, Dinane ngokudina abasekhakonina kwaMajola, Jolikazi. Laba abakhe koMzimkhulu namaphethelo bona bathakazelana bafake uMandlana noMthobela. Ngingeqinise ngokuthakazelana kwalaba baseMzimkhulu ngoba abazali bami bakhe Obuka besuka eNkandla. Idida izizukulwane lento ka “cut and paste” engacutshungangwa. Ifenyisa lenkundla engicabanga ukuthi ibalulekile. Sicela niyilungise lento niqagule umthombo okutholakele kuwo le information. Reply Siyabonga Mnomiya Gininda Ngwadi Mnomiya siyabonga ngenkulumo yakho mina ekhaya kuse Nkandla sisuka phansi eDlabe la engazalelwa khona manje sakhuphukela eMashushu ngaphansi kweNkosi yasemaChubeni…. Thina siyinzalo kaMoya-Moya noGatiGati kaMatshana…. Reply Leave a Reply Cancel replyYour email address will not be published. Required fields are marked *Comment * Name * Email * Website Type in the text displayed above Notify me of follow-up comments by email. Notify me of new posts by email.
Thulani Mnomiya, kaZungeza, kaSibongo, kaNdluzele.
Ake silungise lapha! OMnomiya yize behlobene noShezi kodwa abathakazelani ngokufanayo noShezi. Lento ifana nokuthi umfowethu owakithi, kodwa mina angisiyena umfowethu, naye akamina. OMnomiya, ikakhulukazi laba baseNkandla noma abasuka eNkandla, oGininda, Mehl’ayizitha, Ngwadi, Dinane ngokudina abasekhakonina kwaMajola, Jolikazi. Laba abakhe koMzimkhulu namaphethelo bona bathakazelana bafake uMandlana noMthobela. Ngingeqinise ngokuthakazelana kwalaba baseMzimkhulu ngoba abazali bami bakhe Obuka besuka eNkandla. Idida izizukulwane lento ka “cut and paste” engacutshungangwa. Ifenyisa lenkundla engicabanga ukuthi ibalulekile. Sicela niyilungise lento niqagule umthombo okutholakele kuwo le information.
Siyabonga Mnomiya
Gininda Ngwadi Mnomiya siyabonga ngenkulumo yakho mina ekhaya kuse Nkandla sisuka phansi eDlabe la engazalelwa khona manje sakhuphukela eMashushu ngaphansi kweNkosi yasemaChubeni….
Thina siyinzalo kaMoya-Moya noGatiGati kaMatshana….