Sokhulu , Mnqabande, Gida ngebamba abanye begida ngesitshinga sikaMakhomb’eNtabeni . Isambane sikaMtshokotsho esawumba sangawulali walalwa ngabezizwana .UNaka-naka bayandishiya bathi usenzela abanye.
UNtong’ayikhethi itshaya nomkhwekazi ehleli kweloMlandakazi amhlawule ngenkomo eCaba.
Isihlangu sakhe nesikaMagaga zagudlala esikaMagaga saqhoth’ukuboya. IVundla elihle elingenafinyila elinefinyila lifuze kulo nina.
More about MlobeliEducational videos
🔍 SEARCH 🔍+ ADD CLAN NAMES▶ UTube Channel