Izithakazelo Zakwa Sikhosana ๐Ÿ˜ Sikhosana Clan Names

Sikhosana!
uMusi kaMhlanga
Novaphi
Nolinda, ulinda mkhotho njengeNsele
Mphandaphanda
Magwace!
Gwayiba
Hlahlโ€™Ulundi lungenandlela lwaba nezindlelandlela
Zitsha ezinhle njengezokubolekwa
Mtungwa!
Gxamugxamu sikhumba seMpisi asibethelwa ekhaya ngoba izinkomo zizobovuka!