Izithakazelo Zakwa Sikhosana Clan Names Umlando

Izithakazelo Zakwa Sikhosana ๐Ÿ˜ Sikhosana Clan Names

Sikhosana,
uMusi kaMhlanga,
Novaphi,
Nolinda, ulinda mkhotho njengeNsele,
Mphandaphanda,
Magwace,
Gwayiba,
Hlahlโ€™Ulundi lungenandlela lwaba nezindlelandlela,
Zitsha ezinhle njengezokubolekwa,
Mtungwa,
Gxamugxamu sikhumba seMpisi asibethelwa ekhaya ngoba izinkomo zizobovuka!

More about Sikhosana

Educational videos


๐Ÿ” SEARCH ๐Ÿ”+ ADD CLAN NAMESโ–ถ UTube Channel

Leave a Comment