Izithakazelo Zakwa Gama
Mlangeni!
Wena wakwaSidwaba siluthuli
Singabancwaba bathi
Weta nonina
AbaqeduBombo ngokuhlehletela
UWawawa Wu!
Vukani sekusile malangeni
Nomandla kaMalozi
Ingongoni yamavaneni
AmaSwazi lana.
Izithakazelo Zakwa Gama
Mlangeni!
Wena wakwaSidwaba siluthuli
Singabancwaba bathi
Weta nonina
AbaqeduBombo ngokuhlehletela
UWawawa Wu!
Vukani sekusile malangeni
Nomandla kaMalozi
Ingongoni yamavaneni
AmaSwazi lana.
Powered by WordPress & Theme by Anders Norén
Thabo Nkosi
Kusho ukuthi umuntu uma engaya ngezithakazelo angeke ashade.At least I am married. Lezithakazelo zifana nezakwaNkosi. Ngiqeda ukucela umfowethu ukuthi angithumelele isithakazelo sakwaNkosi uthi yebo kwangathi siyahlobana nebakwaGama kanye nebakwa Mshengu. Mina ngizwe noMaseko kanye no Simelane banesithakazelo esifanayo nesakwaNkosi as well.
Unknown
Kuza njani izithakazelo zaka Gama zifana nezaka Nkosi kodwa makushiwo umlando asitshelwa ngabo
Unknown
Nkosi, Gama Mthulela wena welilanga wena wasemavaneni wena lowacedza Lubombo ngekuhlehletela, Sidwaba siluthuli, tintfwala titsi shhi, gama.