πŸ’›

izithakazelo

Mgenge Clan Izithakazelo & History

Izithakazelo zakwaMgenge

Maphahla,
Mlondo,
Dungandaba!

Another guest added this:

sithi Mlondo ngokulondoloza abafelokazi nezintandane,
wena owagengeleza umuzi kaDingiswayo inkosi yamaNyambose!

πŸ” Search here πŸ”+ ADD CLAN NAMES🎬 Watch our videos

Previous

Mfusi Clan Izithakazelo & History

Next

Mlondo Clan Izithakazelo & History

7 Comments

  1. Sandile Mgenge

    Mgenge mlondo mthiyane,maΓ±aba,suphula nkomo yomzimba,nongalo,mgenge wena owagengeleza umuzi wenkosi uDingiswayo,mjanyelwa wena owajanyelwa,zinkunzinkunzi ete

  2. Lindani Mgenge

    Mgenge, Mlondo omnyama nonyawo lwakhe, Nodungandaba, Sothuli, Gabayi, Msunguli wegolo emahlahleni, wena owagengeleza abafelokazi nezintandane

    • Nondumiso

      Ngicabanga ukuthi kuthiwa, Mgenge owagengeleza umuzi weNkosi uDingiswayo. Bese sithi, Mlondo ngokulondoloza izintandane nabafelokazi.

  3. -Mgenge
    -Mlondo
    -Nongalo
    -Nodungandaba
    -Mankini
    -Maphahla
    -Dudwane owadudwa abafokazane
    -Mjanyelwa owajanyelwa zinkunzinkunzi
    -Mthiya owathiya ngenkomo abanye bethiya ngehlahla
    -Sophiya phaqa njengelanga

    • Xoliswa N Mlondo.

      sithi Mlondo ngokulondoloza abafelokazi nezintandane wena owagengeleza umuzi kaDingiswayo inkosi yamaNyambose.

  4. Mhlambi ishiyana ukweluswa Nongalo

  5. ngsacela abanye abazaziyo izthakazelo zaka mgenge ke bazisho zonke ngendlela yakhona, cha lezi azphele nhlobo.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Β© 2026