Chonco Gambushe Clan Names Umlando By admin On Izithakazelo zakwa Chonco π Chonco, Gambushe, Shay’imamba, Nyongande ziy’emhlubulweni, Mabhala ngozipho abanye bebhala ngamapensela, Wen’ohlab’inkomo wathi iyagxuga kant’uthand’inyama, Mfomubi! More about Chonco Gambushe π Search here π+ ADD CLAN NAMESπ¬ Watch our videos dedezaheightmoshupjetsebeweidenbruckwynkwardt Previous Izithakazelo zakwa Chiya Clan Names Umlando Next Izithakazelo zakwa Chule Clan Names Umlando 4 Comments Add Comment → King ? Gambushe, mfomubi Mfaz'omabele oncelis'ingane ngaphesheyaNyongade somgand maPhiliphil Reply Mrs igbo Also:Shay'Mamba…Mfomubi! Reply Sifiso Chonco Ngithanda ukuthasisela lapho ezithakazelweni zika Chonco Chonco, Gambushe, Ntaba enamagquma ngaphezulu,mpukane eyadla kuqala, nkomo ezadla umgubane zaphinde zabuyelela, jomela eladla elinye ijomela ngoba lona ladla elisemazizini,Mbali ezinganga mathonsi emvula, mfiso ongafiβ¦Gambushe. Reply Thembinkosi Chonco UMgwazi kaqhaqhi abathi begwazana ngemkhonto nina nigwazana ngemphini, okhethibala lokuma. UBhizikazana olubhemugwayi kwezikaNakazi. Reply Leave a Reply Cancel replyYour email address will not be published. Required fields are marked *Comment * Name * Email * Save my name, email, and website in this browser for the next time I comment. Type in the text displayed above
King ?
Gambushe, mfomubi
Mfaz'omabele oncelis'ingane ngaphesheya
Nyongade somgand maPhiliphil
Mrs igbo
Also:Shay'Mamba…
Mfomubi!
Sifiso Chonco
Ngithanda ukuthasisela lapho ezithakazelweni zika Chonco
Chonco, Gambushe,
Ntaba enamagquma ngaphezulu,
mpukane eyadla kuqala,
nkomo ezadla umgubane zaphinde zabuyelela,
jomela eladla elinye ijomela ngoba lona ladla elisemazizini,
Mbali ezinganga mathonsi emvula,
mfiso ongafiβ¦Gambushe.
Thembinkosi Chonco
UMgwazi kaqhaqhi abathi begwazana ngemkhonto nina nigwazana ngemphini, okhethibala lokuma. UBhizikazana olubhemugwayi kwezikaNakazi.