Chonco Gambushe Clan Names Umlando by admin Izithakazelo zakwa Chonco 😍 Chonco, Gambushe, Shay’imamba, Nyongande ziy’emhlubulweni, Mabhala ngozipho abanye bebhala ngamapensela, Wen’ohlab’inkomo wathi iyagxuga kant’uthand’inyama, Mfomubi! 🔍 SEARCH 🔍+ ADD CLAN NAMES▶ UTube Channel
Ngithanda ukuthasisela lapho ezithakazelweni zika Chonco Chonco, Gambushe, Ntaba enamagquma ngaphezulu,mpukane eyadla kuqala, nkomo ezadla umgubane zaphinde zabuyelela, jomela eladla elinye ijomela ngoba lona ladla elisemazizini,Mbali ezinganga mathonsi emvula, mfiso ongafi…Gambushe. Reply
UMgwazi kaqhaqhi abathi begwazana ngemkhonto nina nigwazana ngemphini, okhethibala lokuma. UBhizikazana olubhemugwayi kwezikaNakazi. Reply
Gambushe, mfomubi
Mfaz'omabele oncelis'ingane ngaphesheya
Nyongade somgand maPhiliphil
Also:Shay'Mamba…
Mfomubi!
Ngithanda ukuthasisela lapho ezithakazelweni zika Chonco
Chonco, Gambushe,
Ntaba enamagquma ngaphezulu,
mpukane eyadla kuqala,
nkomo ezadla umgubane zaphinde zabuyelela,
jomela eladla elinye ijomela ngoba lona ladla elisemazizini,
Mbali ezinganga mathonsi emvula,
mfiso ongafi…Gambushe.
UMgwazi kaqhaqhi abathi begwazana ngemkhonto nina nigwazana ngemphini, okhethibala lokuma. UBhizikazana olubhemugwayi kwezikaNakazi.