clan names πŸ’› clan history πŸ’―

izithakazelo

Makhwasa clan names

Makhwasa ,
Mhayise,
Ngwane,
Hlatshwayo,
Nomkhono,
Thambo elimanikiniki eladliwa yinja yaze yalibeka ethala,
Swazi elihle,
Web owakhipha amadoda ebandla
Mnkoyeni


Previous

Izithakazelo zakwa Ndulini Clan Names

Next

Izithakazelo zakwa Kunene oMgoza

5 Comments

  1. Philile

    Philile Makhwasa
    Sibiza uMakhwasa kodwa Mina ngazi ukuthibzithi singo Nkomzwayo, oLengeni, Mguqwase manje lezi engithola Lana angizazi singo Shabangu ngyacela makukhona onolwazi kahle ngicela angthinte

    • Andile Makhwasa

      izona kanye lezi nami engizaziyo

      • Nolwazi

        Sacela ungipha lezi ozaziyo

  2. Siyabonga ngezithakaze zako Nomkhono, Omkonyeni, oMakhwasa, oSwazi , kodwa sisadinga umuntu onolwazi kahke ngokuphuma, noma ukudabuka kwabo lapha koHlatshwayo, koNgwane , koMhayise . Kuyadingeka ke kucace kahle ukuthi kwenzakalani kahle. Nala kuDlamini noHlayshwayo, ukuze nezingane sikwazi ukuzichazela kahle. Mina ngizalwe ngibiza uMakhwasa , uHlatshwayo ubelokhu ela , uMhayise sibizwa ngaye, singo Swazi elihle. Ngiyacabanga kukhona ekumele sikwazi, kakhulu kwabase Ndlunkulu, ko Nkosi lapha eSwatini, noma onolwazi la emzani . Sizalelwe Eshowe eSikhwaseni. Empaphala.

    • Nolwazi

      Nami ngingowase Mpaphala ka Makhwasa, Ngyfisa ukwazi uMlando ne Mvelaphi yakwa Makhwasa

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: