Makhwasa clan names By Sphilele makhwasa On In Izithakazelo Makhwasa , Mhayise, Ngwane, Hlatshwayo, Nomkhono, Thambo elimanikiniki eladliwa yinja yaze yalibeka ethala, Swazi elihle, Web owakhipha amadoda ebandla Mnkoyeni Share this post π’ Click to share on Facebook (Opens in new window) Facebook Click to share on WhatsApp (Opens in new window) WhatsApp Click to share on X (Opens in new window) X More Click to share on LinkedIn (Opens in new window) LinkedIn Click to share on Reddit (Opens in new window) Reddit Click to share on Tumblr (Opens in new window) Tumblr Click to share on Pinterest (Opens in new window) Pinterest Click to share on Telegram (Opens in new window) Telegram Related Makhwasa Previous Izithakazelo zakwa Ndulini Clan Names Next Izithakazelo zakwa Kunene oMgoza 6 Comments Add Comment → Nothie Khoza 0746394253 nangu usisi engmaziyo wakwazi makhwasa naye ufisa ukwazi ngomlando wakwa makhwasa Reply Philile Philile Makhwasa Sibiza uMakhwasa kodwa Mina ngazi ukuthibzithi singo Nkomzwayo, oLengeni, Mguqwase manje lezi engithola Lana angizazi singo Shabangu ngyacela makukhona onolwazi kahle ngicela angthinte Reply Andile Makhwasa izona kanye lezi nami engizaziyo Reply Nolwazi Sacela ungipha lezi ozaziyo Reply Mthokozisi Makhwasa Siyabonga ngezithakaze zako Nomkhono, Omkonyeni, oMakhwasa, oSwazi , kodwa sisadinga umuntu onolwazi kahke ngokuphuma, noma ukudabuka kwabo lapha koHlatshwayo, koNgwane , koMhayise . Kuyadingeka ke kucace kahle ukuthi kwenzakalani kahle. Nala kuDlamini noHlayshwayo, ukuze nezingane sikwazi ukuzichazela kahle. Mina ngizalwe ngibiza uMakhwasa , uHlatshwayo ubelokhu ela , uMhayise sibizwa ngaye, singo Swazi elihle. Ngiyacabanga kukhona ekumele sikwazi, kakhulu kwabase Ndlunkulu, ko Nkosi lapha eSwatini, noma onolwazi la emzani . Sizalelwe Eshowe eSikhwaseni. Empaphala. Reply Nolwazi Nami ngingowase Mpaphala ka Makhwasa, Ngyfisa ukwazi uMlando ne Mvelaphi yakwa Makhwasa Reply Leave a Reply Cancel replyYour email address will not be published. Required fields are marked *Comment * Name * Email * Website Type in the text displayed above Notify me of follow-up comments by email. Notify me of new posts by email.
Nothie Khoza
0746394253 nangu usisi engmaziyo wakwazi makhwasa naye ufisa ukwazi ngomlando wakwa makhwasa
Philile
Philile Makhwasa
Sibiza uMakhwasa kodwa Mina ngazi ukuthibzithi singo Nkomzwayo, oLengeni, Mguqwase manje lezi engithola Lana angizazi singo Shabangu ngyacela makukhona onolwazi kahle ngicela angthinte
Andile Makhwasa
izona kanye lezi nami engizaziyo
Nolwazi
Sacela ungipha lezi ozaziyo
Mthokozisi Makhwasa
Siyabonga ngezithakaze zako Nomkhono, Omkonyeni, oMakhwasa, oSwazi , kodwa sisadinga umuntu onolwazi kahke ngokuphuma, noma ukudabuka kwabo lapha koHlatshwayo, koNgwane , koMhayise . Kuyadingeka ke kucace kahle ukuthi kwenzakalani kahle. Nala kuDlamini noHlayshwayo, ukuze nezingane sikwazi ukuzichazela kahle. Mina ngizalwe ngibiza uMakhwasa , uHlatshwayo ubelokhu ela , uMhayise sibizwa ngaye, singo Swazi elihle. Ngiyacabanga kukhona ekumele sikwazi, kakhulu kwabase Ndlunkulu, ko Nkosi lapha eSwatini, noma onolwazi la emzani . Sizalelwe Eshowe eSikhwaseni. Empaphala.
Nolwazi
Nami ngingowase Mpaphala ka Makhwasa, Ngyfisa ukwazi uMlando ne Mvelaphi yakwa Makhwasa