➕ Add info Below you can add clan names, clan history and meaning of a surname.The info you add here will be visible on this website. Please complete the required fields. Your Name Post Title Post Content Human verification: leave this field empty.
Ntimane Ntimane ,mnyama ,khwishi ,kashe ,movhane, dzima mnyama, ndimande ,zinyane lendlovu ,sibongo esihle lesitsandvwa bafati, madlela endlini ngokusaba bafokazane ,mkomati, ndloti. Reply
SIBAMBO Sibambo Masinaga Bhaka hhofu Mabanda ngesika kuNkindwane Umoni wendlela ngonyawo Malandela Mkhombi wendlela Wena okwaphambana izindlela kwangaphambana ikhanda Wena owabulawa ngekhofi Abafokazane bekufela umona Ngenxa yezibusiso USibambo lona wayenguMasinga ngokuzalwa. Babezelwe bebabili bengamadodana eNkosi uMabhudu Masinga, okwathi ngonyaka okwafika ngawo amaPortuguese, efika ngemikhumbi ezweni lakhe afika amthungatha, ehamba ebuza, kwaze kwafika ezindlebeni zakhe, wasekhetha ukufihla amadodana akhe kwezizwe ezakhelene naye. Eyodwa yawelela empumalanga kolwandle yayocasha ezweni likaTembe, enye eningizimu yolwandle. UMasinga owayecashe ezweni lakoTembe waselethwa isibongo esisha uSibambo kuyisibongo sokucashela amaPortuguese. Reply
Ntimane
Ntimane ,mnyama ,khwishi ,kashe ,movhane, dzima mnyama, ndimande ,zinyane lendlovu ,sibongo esihle lesitsandvwa bafati, madlela endlini ngokusaba bafokazane ,mkomati, ndloti.
Anyone with kiti /zwetsha clan here
SIBAMBO
Sibambo
Masinaga
Bhaka hhofu
Mabanda ngesika kuNkindwane
Umoni wendlela ngonyawo
Malandela
Mkhombi wendlela
Wena okwaphambana izindlela kwangaphambana ikhanda
Wena owabulawa ngekhofi
Abafokazane bekufela umona
Ngenxa yezibusiso
USibambo lona wayenguMasinga ngokuzalwa. Babezelwe bebabili bengamadodana eNkosi uMabhudu Masinga, okwathi ngonyaka okwafika ngawo amaPortuguese, efika ngemikhumbi ezweni lakhe afika amthungatha, ehamba ebuza, kwaze kwafika ezindlebeni zakhe, wasekhetha ukufihla amadodana akhe kwezizwe ezakhelene naye. Eyodwa yawelela empumalanga kolwandle yayocasha ezweni likaTembe, enye eningizimu yolwandle. UMasinga owayecashe ezweni lakoTembe waselethwa isibongo esisha uSibambo kuyisibongo sokucashela amaPortuguese.
Sereto sa ga Sathekge ke Ditlou Bashabi baloi ba itwele