Akulahlwa mbeleko ngakufelwa

Incazelo: ukuthi wenzakalelwe yinto embi akusho ukuthi lahla ithemba.

Umsuka: imbeleko eyokubeletha umntwana, uma ngabe usufelwe abantwana akusho ukuth lahla leyo mbeleko ngoba usengabathola abanye abantwana

Bhengu Clan Names  👑

Izithakazelo zakwa Bhengu 💛 Clan Praises Bhengu Ngcolosi! Wena wakwaDlabazane,KaNgwane, KaNephu kaLamula, Nyawo zigezwa ngamazolo, Nina enivuka nixubhe ngelala, Shongololo, Read more

Bhebhe Clan Names 😍

Izithakazelo zakwa Bhebhe Bhebhe, Makhedama, Soyengwase, Nina bakaBhebhe kaMthendeka, Nina bakaSoqubele onjengegundane, Nina baseSiweni, KwaMpuku yakwaMselemusi, KwaNogwence webaya, Dlomo weNdl'ende, Read more