Want a t-shirt with your clans? click here to see pictures

Baba Ngiyabonga lyrics by Sfiso Ncwane

Ngiyabonga baba
Ngiyabonga Thixo
Sekuze kwakhany’ endleleni yami ekugcineni

Hayibo wena baba ungikhiphile
Ingonyama zifuna ukungidla
Ngiyabonga baba, sekuze kwafka la
hayibo wen’ ingonyama yezulu
Wena baba wesimakade
Oh ngiyabona baba

Ngiyabonga baba
Ngiyabonga Thixo
Sekuze kwakhany’ endleleni yami ekugcineni

Wen’ ubonile izinkinga zam
Wabona nokuth mele ngiphume ebumnyameni
Manje ngisekukhanyeni
Wen’ ubonile izikhalo zam
waphendula futhi imithandazo yam
Wena baba uyingonyama wena baba umkhulu kimi

Ngiyabonga baba
Ngiyabonga Thixo
Sekuze kwakhany’ endleleni yami ekugcineni