Bhane,
Jiliza,
Shongweni,
Bhalakadududu,
Chenge,
Somdibela,
Qobodwane,
Nyokeluhlaza eyaluma izitha,
Izintombi azithandi thina,
zothanda abanjani,
nina enashela intombi yanqaba nathi gawula uhlume,
Chonco Ka Zibandlela,
Msibe Ka Mnyandeni !!