Find your Surnames Meaning, History, Origin & Clan Names

Izithakazelo Umlando Clan names Iziduko

Bhengu Clan Names 🙌

Izithakazelo zakwa Bhengu | Clan Praises

  • Bhengu
  • Ngcolosi!
  • Wena wakwaDlabazane,KaNgwane,
  • KaNephu kaLamula,
  • Nyawo zigezwa ngamazolo,
  • Nina enivuka nixubhe ngelala,
  • Shongololo,
  • Wathi uyalithinta lahwaqabala,
  • Ngabe siyakudla sesab’imilenzelenze,
  • Nyawo zeshongololo kaziphumuli,
  • Sigampu,
  • Ngwane, ingwani ngwadi,
  • Abayibone ngesond’ukuthi iwelile,
  • Jali,
  • Nina enilala nomunwe,
  • Nivuke nikhwif’ilanga,
  • Mmemezi kaHlangabeza,
  • Ngcolosi!

Zikhona izikibha zabakwaBhengu Whatsapp/call: 061 868 5163

Prices:
t-shirt: R200
Hoodie:R400
Sibusiso Mandlenkosi Emmanuel Bengu

Sibusiso Mandlenkosi Emmanuel Bengu is a retired South African politician. Bengu was born in Kranskop, Natal and become a teacher Read more

Rev. Nicholas Bhekinkosi Hepworth Bhengu

Rev. Nicholas Bhekinkosi Hepworth Bhengu was born on September 5, 1909 at Entumeni, KwaZulu-Natal. Known as "Manotsha", "Papakho", "uMkhulu" or Read more

Next

Bhebhe Clan Names 🙌

14 Comments

  1. ZINHLE IZITHAKAZELO ZENU LIKE IT

  2. O Ngcolosi ngiyasithanda lesi bongo

  3. Aibo Hlongwane noBhengu bahlobene????

  4. ngizwa kuthiw obhengu bahlobene no nhleke ngabe kuyiqiniso yini lokhu,kanjani?

  5. siyabonga zihle

  6. siyabonga ,@zihle

  7. Hau kubonga thina oNcolosi

  8. oShongololo

  9. 😍😍😍😍

  10. Mepho ithina labo

  11. Njengoba kuyaye kuthiwe abakwaBhengu bazalwa kwaDlamini, ngicela ukubuza bazalwa yimuphi uDlamini? uShongololo uzalwa nobani abafowabo? Yena uzale ma
    phi amadodana?

  12. @Siyabonga Mviko, OBhengu insila yabo idabuka kubantu bakwaDlamini nabakwaLuthuli.UBhengu Dlamini wayeyindodana yenkosi yaseSwazini. Indodana kaBhengu kwakunguNgwabile Bhengu kwaya kuDlabazane. Indodana kaDlabazane kwakunguSihi owazala uSongololo. USongololo wazala uLamula yena wazala uNgwane owazala uMepho.
    Ngiyathemba uphendulekile.

  13. Yithi ke labo Ngcolosi

  14. Ujali ungena kanjani

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: