Izithakazelo zakwa Chili:
- Chili,
- Lushaba,
- Mthuli,
- Lushaba lwenkosi,
- Ngwenya,
- Mgwazi kaQhaqhela,
- Mcwashi,
- Sithole esaya kwaMpanza sabuya sesixhekethisile,
- Bhebheza wena wasezilovini! ?
Educational videos
π SEARCH π+ ADD CLAN NAMESβΆ UTube Channel
Ngyabonga kulaba aba post izithakazelo zakithi kwa Chili, nginesifiso esiyisicelo sokufuniswa u baba, selokhu ngabakhona angimazi ngawami amehlo, ngokokuhlala ekhaya kuka Nongoma Emaphophoma isigodi Enkalaneni. I number yami yocingo (0665845033).
Chili
Mthuyi
Ngema
Khwani lisikwa lihluma
Mgangath'udonga kuvel'indlela.
Thina esehla ngomfula umhlathuzana.
Somageza ngobisi abafokazane begeza ngamanzi.
Ngiyabonga mfethu, ngingathanda ukwazi imvelaphi yabantu bakwa Chili.
Originally from Mozambique