Izithakazelo zakwa Cibane Clan Names Umlando

Izithakazelo nomvelaphi yabantu bakwa Cibane:

Izithakazelo zabakwa Cibane:

Cibane,
Shongololo,

Nongafa

Mshebo

Nozula kuthethwa
Bhuluthango !

Abantu bakwaCibane batholakala kakhulu eNdwedwe (KZN) futhi kulapho benenkosi yabo khona.
Kuthiwa babehlobene nabakwa Ngcobo nalapho bekhona bakhelene nesizwe sakwa Ngcobo eMalangeni.

Kukhona futhi ubuhlobo obukhona naba Thembu abakhelene nabo eNdwedwe.

Izithakazelo zabakwa Cibane:

Uma bethakazela bathi: Shongololo elizinyawonyawo ngesaba nokulithinta lizohwaqabala !
Ngabe siyakudla sesaba imilenzelenze,
Zinyawo zeshongololo aziphumuli !
Nongafa,
Dingela,
Nozula kuthethwa !!!


πŸ” SEARCH πŸ”+ ADD CLAN NAMESβ–Ά UTube Channel

2 thoughts on “Izithakazelo zakwa Cibane Clan Names Umlando”

  1. Nongafa
    Mshebo
    Nozula kuthethwa
    Bhuluthango

    Reply

Leave a Comment