Izithakazelo zakwa Dhlomo
- Dhlomo,
- Mkhabela,
- Dinangwe,
- Bhelesi,
- Khweba,
- Malala nomunwe endunu, avuke ancinde akhwife eMpumalanga, abuye ancinde akhwife eNtshonalanga,
- Sikhaba esingangenkomo!
Educational videos
π SEARCH π+ ADD CLAN NAMESβΆ UTube Channel
OZondwa, Sophithso uNqolomsila, uvele bambentsele, yemyem, ozondwa zintshaba ezingazose zimenzele nto. Nkosazana mthembukazi, Mkhabela, Dinangwe, .masende angaluselwa ongathatha uthi lakasha kanti udla lona uqobo . Msongi wensibhi ayibeke khanda uthi amagwala azombalela