Dlalisa, Izithakazelo zakwa Dlalisa

Dlalisa Clan:

Maphanga, Nsimbi!!! nina baseGudinkomo Abakwa Nzimande, Lukhele! Nina bemfana Emufishane, Uklele lwemikhonto engawelwa NgamaZibuko Eyawela ngelaseDlokweni Ezadila umthangala kwaNodwengu!!! Aluhlaza Angamhloshana afuze khabonina.

More about Dlalisa Dlalisa

Educational videos


πŸ” SEARCH πŸ”+ ADD CLAN NAMESβ–Ά UTube Channel

2 thoughts on “Dlalisa, Izithakazelo zakwa Dlalisa”

  1. Nsimbi, abasongi bensimbi khona amagwala ezobaleka
    Klunya odla abanye oklunya,
    Goduka ,
    Dididsa ,
    Abafana abadididsa ulwandle luvuma

    Reply

Leave a Comment