Gasa Clan Names & Origin

Gasa
Somdumbe
Ngungunyane ekade beyingungunya abafazi namadoda!
Mdungazwe kaMzila
UMzila kawulandelwa owulandelayo uyazibambezela.
Nina bakwa Soshangane iqili eliphume ngenhla komuzi
Omadlela ehlathini njengegundwane
Amajaha mkhonto agwaza ekhweli ntaba
Ndwandwe
Nxumalo
Gasa omkhulu
Wena weNguqa!

More about Gasa

Educational videos


πŸ” SEARCH πŸ”+ ADD CLAN NAMESβ–Ά UTube Channel

Leave a Comment