clan names πŸ’™ clan history πŸ’―

izithakazelo

Izithakazelo zakwa Gumbi 😍 Gumbi Clan Names

Izithakazelo zakwa Gumbi

Skhende,
Jele,
Ngubo yengwe.
Somkhanda, wena owakhanda amadoda,
Wena ka-Mathumb’ayiphanyeke,
Ntongande, Mdakane,
Mehl’enkomo, Ntini,
Nozingelayo,
Ndandali,
Wena kaNgoni,
Mlotshwa!

Previous

Izithakazelo zakwa Guma 😍 Guma Clan Names

Next

Gumede Clan Names

11 Comments

  1. Ngicela ukubuza ugumede uyisbongo noma igama lakhe lona owazala amawele

  2. Ngicela ukubuza ugumede uyisbongo noma igama lakhe lona owazala amawele

  3. Yebo uhlobene

  4. Enter your reply…uGumede wazala amawele kuthiwa kwakungabonakali ukuthi amawele elodwa lazalwa kahle kwathiwa uPhahla leli elinye ngoba lalicashile kwathiwa iGumbi…so Phahla and Gumbi ama wele azalwa uGumede

  5. Ngcela ukbuza ukuthi kuhlangana kanjan uPhahla uGumbi noGu
    mede??

  6. sanibonani uNtini uhlobene noGumbi?

  7. Khohlisa, lethwa, thambo elimanikiniki ulbamb ulququde unike injakazi,scubi kasosiwa

  8. Ngicela ukwazi ukuthi umzungezi uhlanganaphi nogumbi ngoba sebeyanda abantu abazibiza ngomzungezi bethi isithakazelo lesi

  9. mtwana wasemvokweni,mlomo mnandi

  10. kuhlanganaphi uGumbi no P hakathwayo

  11. Ngicela ukwazi ukuthi u Phahla ogcina ebalekile kubo kwaGumbi agcine ewele uMthavuma uxhuma phi la. Ngiyazi ukuthi uyasondela la koJele. Muhle umsebenzi. Vusi Gumbi. [email protected]

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: