Gwebu,
Mvelase owathanyela izibi wazibeka emnyango wathi umalokazane uzabuya aziwole !
Mthembu oluhlaza njengegcoshane yomfula
Nkomonde ka Mlotshwa
Wadla amakhewane wathi indlala iwile !!
Gwebu,
Mvelase owathanyela izibi wazibeka emnyango wathi umalokazane uzabuya aziwole !
Mthembu oluhlaza njengegcoshane yomfula
Nkomonde ka Mlotshwa
Wadla amakhewane wathi indlala iwile !!
Β© 2026
Siphiwe Gwebu
Ngiyabingelela futhi ngiyabonga ngolwazi olutholakala kulamakhasi.
Yizo ngempela izithakazelo zasekhaya lezi, kodwa kuyangidida ukuthi iningi looGwebu, kakhulukazi abaseSwatini, lizithakazela ngo “Gwebu Mambane, Mbhele…” njalo njalo. Ngicela ukubuza ngomlando walesisibongo uma ninawo. Ngingajabula kakhulu ukuthola ulwazi noma lungaba luncane kangakanani.
Ngiyabonga
Sindi Gwebu
Umlandvo kancane nam lengiwatiko utsi, Gwebu ubuya ku Shabangu, it’s like Shabangu wagijimisa umntfwana wakhe waphukuhla ema Gwebu ngemlomo wase utsi ngu Gwebu. Sithakazelo sa Shabangu siyahlangana nesa ka Gwebu