Hlekwane
Jingela kaMalengeni,
Mangubangokwakhe,
Mphazima omuhle ohlezi endlini engashiswa yilanga,
Mkhangezi,
Wena ohamba emeveni angakuhlabi,
Wena ogeza ngemfe abanye begeza ngenanzi,
Wena kaSondela,
Ngange njengomyeni