UMLANDO uthi uSolomoni kwakuyindoda eyayi nokuhlakanipha okukhulu emhlabeni wonke, wayethandana neNdlovukazi yase-Sheba, eTopiya (Ethopia). Lobu bufakazi bulotshwe eBhayibhelini Amakhosi okuqala 10:1 (1 Kings 10:1).

isipho se golide iNdlovukazi eyasinikeza inkosi uSolomoni
Indlovukazi yaseSheba ayifikanga ilambatha enkosini, yafika nomnotho waseAfrika ngengoba kulotshiwe: βyanika inkosi amathalenta egolide ayikhulu namashumi amabili, namafutha ebhalsamu amaningi kakhulu, namatshe ayigugu; futhi ayengakaze abe khona amafutha ebhalsamu anjengalawo indlovukazi yaseSheba eyawanika iNkosi uSolomoni.β
Sisazoqhubeka sikhulume ngomlando wethu sizwe esinsundu. Kuningi okwafihla ondlebe zikhanya ilanga okumele sikuveze kuphumele obala.
Popular people from Ndlovu last name
Zimbabwean-born CEO of Thungela Resources, one of South Africa’s most successful coal producers. Began career as graduate trainee engineer earning R1,500 per month, rose through ranks at Anglo American Platinum. Led Thungela following its demerger from Anglo American in 2021. Under his leadership, company grew from R3 billion market cap to returning R22 billion to shareholders in four years. Earned R59.79 million in 2024. Born to peasant farming parents in rural Zimbabwe, holds degree in metallurgical engineering from University of Zimbabwe. [citation:1]


Leave a Reply