clan names πŸ’™ clan history πŸ’―

izithakazelo

Isibalo Sabantu Abakhuluma IsiZulu eNingizimu ne-Afrika

ISIBALO sabantu abakhuluma IsiZulu eNingizimu ne-Afrika senyukile safika ku
11 587 374.Lesi sibalo sisho ukuthi ulwimi lwesiZulu luyakhula njengoba sihlezi ku 22% kuzilwimi ezikhulunywayo lapha engabade. Ngalokho-ke ngithi asiqhubele siziqhenye ngolwimi lwethu; silukhulume kahle; siluthande.

Previous

Ukhule Uze Ukhokhobe

Next

Sithole 😍 Izithakazelo

1 Comment

  1. Abanye abantu bayalwa ukuthi ulwimi lwabo lungapheli emlandweni, emagugwini, ezikolweni nakwezobuchwepheshe kodwa IsiZulu sona akekho osivikelayo kodwa sizivikela sona, sizikhulisa sona. Besicela izifundiswa ezazi IsiZulu zziluhlome othini lolulwimi lobonakala futhi lufundiswe nasemanyuvesi

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: